Menzi Music Ngiyakuthanda Скачать

Menzi Music Ngiyakuthanda

Menzi Music

Ngiyakuthanda

15 прослушиваний
04:44
Все треки Menzi Music Текст песни
Слушать
Скачать песню

Текст песни «Ngiyakuthanda»

Menzi Music

Ngiyakuthanda
Uyazi ngiyakuthanda mntanomuntu
Ngiyakuthanda
Uyazi ngiyakuthanda mntanomuntu

Azikh' 'inkomo
Awekh' amandla
'Khona uthando lwami
Azikh' 'inkomo
Awekh' amandla
Kukhona uthando lwami
Kimi kukhona uthando lwami
Kukhona uthando lwami
Kimi kukhona uthando lwami

Ubaba usemdala
Bes'zodlala umacashelana nobaba wakho
Ubaba usemdala
Bes'zodlala umacashelana nobaba wakho

Ngiyakuthanda
Uyazi ngiyakuthanda
Unyakazis' inhliziyo (uyayiphendula)
Ungenzani? (uyayiphendula)
Unyakazis' inhliziyo (vele uyayiphendula)
Ungenzani? (uyayiphendula)
Unyakazis' inhliziyo (uyayiphendula)
Ungenzani? (uyayiphendula)
Unyakazis' inhliziyo (vele uyayiphendula)
Ungenzani? (uyayiphendula)
Unyakazis' inhliziyo
Ungenzani?

Mina angifun' omunye
Ngifuna loya
Nal' ubambo lwami
Mina angifun' omunye
Ngifuna loya
Nal' ubambo lwami

(Mina angikaze, ngamthand' umuntu)
(Ukwedlula abazali bami, ungenzeni?)
(Mina angikaze, ngamthand' umuntu)
(Ukwedlula abazali bami, ungenzeni?)
(Mina angikaze, ngamthand' umuntu)
(Ukwedlula abazali bami, ungenzeni?)

Azikh' 'inkomo
Awekh' amandla
'Khona uthando lwami
'Khona uthando lwami
Awekh' amandla
Anginaz' 'inkomo
'Khona uthando lwami
Kimi kukhona uthando lwami

Ubaba usemdala
Bes'zodlala umacashelana nobaba wakho
Ubaba usemdala
Bes'zodlala umacashelana nobaba wakho

Unyakazis' inhliziyo (uyayiphendula)
Ungenzani? (uyayiphendula)
Unyakazis' inhliziyo (vele uyayiphendula)
Ungenzani? (uyayiphendula)
Unyakazis' inhliziyo (uyayiphendula)
Ungenzani? (uyayiphendula)
Unyakazis' inhliziyo (vele uyayiphendula)
Ungenzani? (uyayiphendula)

(Amathemb' ami ahlala laph' okhona)
(Athi ngicela lo)
(Amathemb' ami ahlala laph' okhona)
(Athi ngicela lo)

На странице доступен трек Ngiyakuthanda от Menzi Music (04:44). Слушайте онлайн или загрузите в mp3 в один клик бесплатно на свое устройство — выше есть текст песни.

Другие песни Menzi Music

Свежее на Muzfrog

Все новинки →