Mzukulu Isesheli (Feat. Omathwala) Скачать

Mzukulu Isesheli (Feat. Omathwala)

Mzukulu

Isesheli (Feat. Omathwala)

47 прослушиваний
04:58
Все треки Mzukulu Текст песни
Слушать
Скачать песню

Текст песни «Isesheli (Feat. Omathwala)»

Mzukulu

Ngeshelwa yinsizwa
Yathi iyangithanda
Ngithe ngisazoyiqoma, yaduka, yanyamalala
Yanyamalala
Yanyamalala
Anongikhonzela kuye

Ngeshelwa yinsizwa (yam eh)
Yathi iyangithanda (yam eh)
Ngithe ngisazoyiqoma, yaduka, yanyamalala (yam eh)
Yanyamalala (yam eh)
Yanyamalala (yam eh)
Anongikhonzela kuye

Awusangisheli ngani sisheli sami kanti? (Yam eh)
Awusangisheli ngani sisheli sami kanti? (Yam eh)
Awusasheli ngani? (Yam eh)
Awusasheli ngani? (Yam eh)
(Yam eh)
(Anongikhonzela kuye)

Mina ngehlelwa yinkinga
Ngeshel' intombi
Yathi izongiqoma, ayisangiqomi, ising'cela imali
Ingenaphi ke imali?
Seweshelwa ngemali?

Mina ngehlelwa yinkinga
Ngeshel' intombi
Yathi izongiqoma, ayisangiqomi, ising'cela imali
Ingenaphi ke imali?
Seweshelwa ngemali?

Awuqomi kodwa lokhu u-busy ung'cela ama-favour
Awuqomi kodwa lokhu u-busy ung'cela ama-favour
We mntan'omuntu
We mntan'omuntu
Wong'xolela mntan'omuntu bengingazi, ngiyay'fikela eGoli

Uyongixolela mntan'omuntu beng'ngazi
Mina ngiyay'fikela eGoli
Thina ngakithi oLundi uma sishela, seshela emfuleni
Hhayi e-resturant
Hhayi eLaparada
Wongixolela mntan'omuntu bengingazi

Uyongixolela mntan'omuntu beng'ngazi
Mina ngiyayfikela mina eGoli (ngangith' ngizok'bona)
Thina ngakithi oLundi uma sishela, seshela emfuleni (ngangith' ngizok'bona)
Hhayi e-resturant
Hhayi eLaparada (ngaqalaza)
Wongixolela bengingazi (ngaqalaza)
(Ngangith' ngizok'bona)

(Ngangith' ngizok'bona)
Awusangisheli ngani sisheli sami kanti? (Ngangith' ngizok'bona)
Awusangisheli ngani sisheli sami kanti? (Ngaqalaza)
Awusasheli ngani? (Ngaqalaza)
Awusasheli ngani? (Ngangith' ngizok'bona)

Mina kuyangehlula ukulinda
Ngilinde wena ubuye kimi uzongitshela ukuthi uyangithanda
Awusangisheli
Angisazi ngenze njani

На странице доступен трек Isesheli (Feat. Omathwala) от Mzukulu (04:58). Слушайте онлайн или загрузите в mp3 в один клик бесплатно на свое устройство — выше есть текст песни.

Другие песни Mzukulu

Все 24 трека

Свежее на Muzfrog

Все новинки →