Ukuk'thanda ngiyakuthanda
Bengicela wazi, mina angisafuni ngami
Wena usis'thandwa sami
Bengicela wazi, mina angisathandi ngami
Maye nemizwa yami
Uhlale wazi, mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
Wena usungowenhliziyo yami
Angifuni ukuk'thwesa amacala ongawazi
Ngicela uthembeke kimi dali
Sebebaningi bangitshela ukuthi bayang'thanda
Bengicela uhluke kubo
Uthando lwami sengilinikele kuwe
Bengicela ungibambe ngesandla
Ngicela ungangi cheat-eli dali
Bengicela uthembeke
Amathemba ami alele kuwe
Ngoba angisafuni ngami (ngoba angisafuni ngami)
Nomoya wami wephukile dali
Wephukile
Wephukile
Ukuk'thanda ngiyakuthanda
Bengicela wazi, mina angisafuni ngami
Wena usis'thandwa sami
Bengicela wazi, mina angisathandi ngami
Maye nemizwa yami
Uhlale wazi, mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
Ngithe, "Sorry" noma ngingazi ngimoshe ntoni
Ngina-31 manje ntombi ngibheke ku-40
Iskhathi sokudlala angisenaso, angisa flow-i
Ngivalele endlini karowondi ngiyabona awusang'khoni
Ayi, ngikhathele ukudlala
Njalo siyaxabana, amacala
Sengiyavala, izimpi ezingaka ntombi sengiyayivala
Themba lami, ngiyakuthanda mama
Yini ungaboni ukuthi (nami sengiyayisola?)
Wemama ngiyak'thanda ma, wonke lama flop nawo ngiyawabona
Please ungangishiyi
Awunginike ithuba baby maybe ngingashintsha
Maybe ngingashintshake mus'ukungishiya
Mama ungishiya angeke ngaphila
Uthini? Uthini mama?
Ukuk'thanda ngiyakuthanda (Love you more)
Bengicela wazi, mina angisafuni ngami
Wena usis'thandwa sami
Bengicela wazi, mina angisathandi ngami
Maye nemizwa yami
Uhlale wazi, mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo
Mina angisathandi ngayo