Webafana abancane ningangithathi kancane
Ngaqala ngimncane uk'shaya ababhemu
Yeh webafana abancane ningangithathi kanjena
Ngaqala ngimncane uk'bhonqa lengoma lena
Sengihleka nani, ningenza untanga yenu
Ngaqala ngimncane uk'shaya le ngoma
Oh iyinduku zami zidlala abafana
Ngaqala ngimncane uk'shaya ababhemu
Amandla awalingani
Ngaqala ngimncane uk'shaya lengoma
Oh ayingangabafana ifuna abantu abadala
Ngaqala ngimncane uk'shaya lengoma lena
Oh hhaa aningibongiseni (halala siyak'bongela)
Shayani izandla niyekeleni umona (oh halala siyak'bongela)
Oh hhaa aningibongiseni (awo halala siyak'bongela)
Shayani izandla niyekeleni umona (oh halala siyak'bongela)
Oh mmh aningibongiseni (halala siyak'bongela)
Shayani izandla niyekeleni umona (halala siyak'bongela)
(Awo halala siyak'bongela)
(Oh halala siyak'bongela)
Uu-hu-hu, uu-hu-hu (wo shomami shomami sobashiya bekhathele)
Umm, umm-mm-mm (bayoze bethi bhuthi siyobashiya bekhathele)

Kuyoshiyana ukwenzwa yasiqondene
Niphatha niphethwe, nisijwayela kabi
Ah kuyoshiyana ukwenzwa yasiqondene